Surprise Me!

LLM Mbatha - [Zulu, inkondlo] oku nzima kunakho konke

2014-10-29 4 Dailymotion

oku nzima kunakho konke uku ngasho lutho
kuwe, kodwa sengiphelelwe ama gama
angiwutholi lowa muzwa waku dala
sewunyamalele okwezinyoni ezi hlabelelayo

ngisenga fona yini ngithi, ‘ngikukhumbule’
ngisenga fona yini ngithi, ‘ngiyakuthanda’
sisenga gigitheka yini njenga-y-izolo
lapho sewuzothi, “nami ng'yak'thanda”

angeke ngisakwazi ukubambelela
izivunguvungu zasentshonalanga ziza ngamandla
emaphusheni ami ngangi yaye ngi phuphe
ngo thando, kodwa manje sengiya memeza!

angeke ngikwazi ukuphupha e-mini
kumele ngibhekane neqiniso elibabayo
kukhona umfanyana okwenelisayo
i-mini ibabisa okwe qiniso

LLM Mbatha

http://www.poemhunter.com/poem/zulu-inkondlo-oku-nzima-kunakho-konke/

Buy Now on CodeCanyon